Main centres: | 1-3 business days |
Regional areas: | 3-4 business days |
Remote areas: | 3-5 business days |
Ukula eduze nomfula yinto ayithanda kakhulu uNala. Kodwa akavumelekile ukuya emfuleni ngoba uLedimo, umdondoshiya wezimu , ubonakale ngakhona. Ngelinye ilanga uNala athole ithuba lokuya emfuleni eyedwa.
Ingabe uNala uzombona uLedimo? Um kunjalo, kuzokwenzekeni uzombona uLedimo? Uma kunjalo, kuzokwenzekani phakathi kwale ntombazanyana nezimu?
U-Cula Nala uvuselela inganekwane yase-Afrika ethandwa kakhulu okuthiwa UYTseleane noMdondoshiya. Lendaba entsha ngeye ntombazanyana ephaphile egcwele ubuhle bemvelo