Main centres: | 1-3 business days |
Regional areas: | 3-4 business days |
Remote areas: | 3-5 business days |
UZenezele uzithanda zonke izihlahla ezisehlathini. Uyawuzwa umlingo wazo, kodwa intandokazi yakhe yishlahla soMbhowabhabhu.
Ukuba nje ubengase akwazi ukukhuluma nezihlahla! Kwathi ngosuku lokuzalwa kwakhe evakashele uGigo, emajukujukwini ehlathi, uZenzele wathola uKumangala okusamlingo
Kungabe yini? Yinto okufanele uZenzele ayenze, into ezomxhumanisa unomphelo nehlathi alithandayo.