Main centres: | 1-3 business days |
Regional areas: | 3-4 business days |
Remote areas: | 3-5 business days |
Kusuka indaba uma kuntshonthswa uketshezi lwamakhekheba asebukhosini (Royal Jelly) kanti kusolwa iminyovu ngalesi senzo abanye baze bacabange ukuthi iminyovu ikwaze ukweba loluketshezi ihlanganyele no Maya. Akekho ke okholwa ukuthi uMaya umsulwa futhi akekho osohlangothini lwakhe ngaphandle kukamngani wakhe omkhulu futhi onomoya omuhle uWilly. UMaya no Willy bathatha uhambo olude belibangise esidlekeni seminyovu, nalapho befuna ukuthola okunguyena owebe ukutshezi lwamakhekheba ezinyosi lwasebukhosini (Royal Jelly) bese beyamdalula ukuze kucace ukuthi ngubani iqili.
Phakathi uthola:
I-DVD eyodwa, ebukeleka ngolwimi lwesiZulu, lwesiNgesi kunye nesiBhunu