Main centres: | 1-3 business days |
Regional areas: | 3-4 business days |
Remote areas: | 3-5 business days |
UZazi uphupha ngokudansa, kodwa uyesaba kakhulu ukuzama. Kuthiwani uma engalungile ngokwanele? Bazothini abantu?
Ngokukhuthazwa abazali bakhe uZazi ubhekana nokwesaba kwakhe futhi uthola isibindi sokulalela inhliziyo yakhe.
Ukudansela isigqi sakho kuyindaba ekhuthazayo emayelana nokulandela amaphupho akho nokuvumela abanye ukuthi bakusekele ohambweni. Le ncwadi iyatholakala futhi ngesiZulu, isiXhosa, Sesotho kanye nesiBhunu.